IzEnzo 21:30 - IsiZulu 202030 Umuzi wonke wanyakaziswa, abantu babuthanela ndawonye, bambamba uPawula, bamhudulela ngaphandle kwethempeli; iminyango yavalwa ngokuphazima kweso. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE30 Umuzi wonke wanyakaziswa, abantu bagijimela ndawonye, bambamba uPawulu, bamhudulela ngaphandle kwethempeli; iminyango yavalwa masinyane. Uka jalj uñjjattʼätaBaasraak Zulu New Testament Bible30 Umuzi wonke wanyakaza, abantu bagijima kanyekanye, bambamba uPawulu, bamdonsela ngaphandle kwethempeli, kwavalwa masinyane iminyango. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202430 Umuzi wonke wanyakaza, abantu bagijima kanyekanye, bambamba uPawulu, bamdonsela ngaphandle kwethempeli, kwavalwa masinyane iminyango. Uka jalj uñjjattʼäta |