IsiLilo 4:16 - IsiZulu 202016 NguSimakade luqobo obahlakazile, akasayukubanakekela. Ababahloniphanga abaphristi, ababanga namusa kubanumzane. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE16 Ubuso bukaJehova buyabahlakaza, akasayikubanakekela. Abahloniphi ubuso babapristi, kababanga namusa kumalunga. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202416 Intukuthelo kaJehova yabahlukanisa; akasayikubanaka; babengahloniphi ubuntu babapristi, babengawathandi amadoda amadala. Uka jalj uñjjattʼäta |
Njengoba kuyakuba njalo kubantu, kuyakuba njalo nakubaphristi; njengoba kuyakuba njalo nasesigqileni, kuyakuba njalo nakumniniso; njengoba kunjalo encekukazini, kuyakuba njalo nasenkosikazini; njengoba kunjalo kumthengi, kuyakuba njalo nakumthengisi; njengoba kunjalo kobolekisayo, kuyakuba njalo nakobolekayo; njengoba kunjalo kokweletisayo, kuyakuba njalo nakokweletayo.