Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Hoseya 14:8 - IsiZulu 2020

8 U-Efrayimi uyakuthi: “Zizongenzelani nje izithombe ezibaziweyo na? Mina ngiyakuphendula, ngimnakekele. Mina nginjengomsayiphuresi oluhlaza, izithelo zakho zifunyanwa kimi.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Efrayimi, ngisenendabani nezithombe na? Mina ngiyakumphendula, ngimbheke; nginjengomsayipuresi* oluhlaza, kimina izithelo zakho ziyafunyanwa.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

8 U-Efrayimi uyakuthi: “Ngihlangene ngani nezithombe na? Ngamuzwa, ngambona: Nginjengomsayiphuresi oluhlaza. Kimi izithelo zakho ziyatholakala.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Hoseya 14:8
23 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Lo muntu bese ebheka abantu, athi: ‘Ngonile, ngahlanekezela okulungileyo, kodwa akwenzekanga kimi njengokufanele.


Lokhu engingakuboni, ngifundise khona; uma ngenzile okungalungile, angisayukuphinda.’


Ngiyakutshala umsedari ehlane, umtholo, umbomvana, nomnqumo, ngibeke kwahlongasibi umsayiphuresi, umthidari nomkhoba kanyekanye,


Esikhundleni sogagane, kuyomila umsayiphuresi; nasesikhundleni samakhakhasi, kumile umbomvana. Kuyokuba yisikhumbuzo kuSimakade, nesibonakaliso saphakade esingeyukuphela, esingasayukunqunywa.”


“Inkazimulo yaseLebhanoni iyakuza kuwe, umsayiphuresi, ishoba nomkhoba konke kanyekanye, kuyohlobisa indawo yendlu yami engcwele, ngiyikhazimulise indawo yezinyawo zami.


ngilitshale esicongweni sentaba yakwa-Israyeli; lihlume amagatsha, lithele izithelo, libe ngumsedari omuhle; kuhlale phansi kwamagatsha awo zonke izinyoni ezinhlobonhlobo, zihlale emthunzini wamagatsha awo.


Ngiyakunifafaza ngamanzi acwebe cwe, nihlambuluke, nginihlambulule kukho konke ukungcola kwenu nakuzo zonke izithombe zenu.


Yayisisuka, yaya kuyise. Kepha kuthe isekude, uyise wayibona, waba nesihe, wagijima, wayisingatha entanyeni, wayanga.


Ngokuba ekugcwaleni kwakhe, sonke samukele umusa phezu komusa.


ngokuba isithelo sokukhanya sisebuhleni bonke, ekulungeni naseqinisweni;


nigcwaliswe ngezithelo zokulunga ngaye uJesu Khristu, kube yinkazimulo nodumo kuNkulunkulu.


Ngokuba uNkulunkulu nguye osebenza kini ukuba nithande, futhi nenze ngokwentando yakhe.


Ngingakwenza konke ngaye ongiqinisayo.


Ngokuba bona luqobo babika ngathi ukuthi nasemukela kanjani, nokuthi naphendukela kanjani kuNkulunkulu nashiya izithombe, ukuze nikhonze uNkulunkulu ophilayo noweqiniso;


Izipho zonke ezinhle neziphiwo zonke ezipheleleyo zivela phezulu, zehla ziphuma kuYise wokukhanya, okungekho kuye ukuguquka nasithunzi sokuphenduka.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka