Esteri 4:8 - IsiZulu 20208 UMoridekhayi wamnika ifuzela lesimemezelo esasibhalwe sakhishwa eShushani ukuba kubhujiswe abaJuda, ukuze alikhombise u-Esteri, bese emyala ukuthi aye enkosini ayonxusela abantu bakubo. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE8 Wamnika futhi impinda yomthetho olotshiweyo owashaywa eShushani wokuba babhujiswe, ukuze amtshengise yona u-Esteri, amtshele ngayo, amyale ukuba angene enkosini ukunxusa kuyo, acelele abantu bakhe phambi kwayo. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20248 Wamnika nekhophi yombhalo womthetho owashiwo eShushani wokuba ababhujiswe, awubonise u-Esteri nokuwumemezela kuye nokumyala ukuba angene enkosini ayocela. Kuye nokunxusela abantu bakubo phambi kwakhe. Uka jalj uñjjattʼäta |