Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 8:4 - IsiZulu 2020

4 uyini umuntu ukuba umkhumbule, nendodana yomuntu ukuba uyinake na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 umuntu uyini ukuba umkhumbule, nendodana yomuntu ukuba uyinake na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Umuntu uyini ukuthi umkhumbule? nendodana yomuntu ukuthi uyivakashele na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 8:4
25 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ekuqaleni uNkulunkulu wadala izulu nomhlaba.


UNkulunkulu wathi: “Makuvele izikhanyisi emkhathini ukuze zehlukanise imini nobusuku, zibe yinkomba yezinkathi neyezinsuku neyeminyaka,


Nangalobo busuku abuye amgcinca ngewayini uyise, kwase kungena indodakazi encane yalala naye, nalapho uLothi akezwanga lutho; akayizwanga ilala nalapho isivuka.


USimakade wamhambela uSara njengoba ayekade eshilo, wamenzela lokho ayemethembise khona.


“Ngabe uNkulunkulu uyakuhlala impela nabantu emhlabeni na? Izulu namazulu amazulu angekwanele; pho kakhulu kangakanani le ndlu engiyakhileyo na?


Kakhulu kangakanani umuntu oyimpethu nje, nendodana yomuntu eyisibungu na?”


Uyini umuntu ukuba umenze abe mkhulu, nokuba ubeke inhliziyo yakho kuye,


Ngikhumbule, Simakade, lapho wenzela abantu bakho umusa, ungihambele ngensindiso yakho,


owenze izulu ngokuhlakanipha, ngokuba umusa wakhe umi phakade;


inyanga nezinkanyezi ukuba kubuse ebusuku, ngokuba umusa wakhe umi phakade;


Simakade, uyini umuntu ukuba umazi, nendodana yomuntu ukuba uyikhumbule na?


Ningathembeli ezikhulwini nasemadodaneni abantu, eningeke nathola lusizo kubo.


Usuku lwedlulisela kolunye usuku ulwazi, nobusuku butshela obunye ngalolo lwazi.


Madodana abantu, kuyoze kube nini nithunaza isithunzi sami na? Kuyoze kube nini nithanda okuyize, nifuna okungamanga na? Sela


Isandla sakho masibe phezu kwalowo ongakwesokunene sakho, simvikele, lowo ozikhulisele yena.


Bonke onkulunkulu babezizwe bayizithombe, kodwa uSimakade wenza izulu.


Abantu bakholwa lapho bezwa ukuthi uSimakade uqaphelile, wabona futhi ukuhlupheka kwabo, base bekhothama, bakhuleka.


Zonke izizwe ziyinto engelutho phambi kwakhe, uzithatha njengento engelutho neyize.


“Mina, Mina nginguye oniduduzayo; ungubani wena ukuba wesabe umuntu ofayo, nendodana yomuntu eyenziwe yanjengotshani na?


Wathi kimi: “Ndodana yomuntu, ubonile yini na? Usazobuyela uyobona izinengiso ezinkulu kunalezi.”


UJesu wayesethi kuso: “Izimpungushe zinemigodi, nezinyoni zezulu zinezidleke, kodwa iNdodana yomuntu kayinandawo lapho ingacamelisa khona ikhanda.”


“Mayibongwe iNkosi, uNkulunkulu ka-Israyeli, ngokuba ibahambele abantu bayo, yabahlenga.


Zikuqumbe phansi othulini, wena nabantu abanawe; aziyukushiya litshe phezu kwelinye phakathi kwakho. Ngokuba awusazanga isikhathi sokuhanjelwa kwakho.”


Ziphatheni kahle phakathi kwabezizwe, ukuze kuthi lapho beninyembenya ngokuthi ningabenzi bokubi, kodwa kuthi lapho bebona imisebenzi yenu emihle, bamdumise uNkulunkulu ngosuku lokuhanjelwa.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka