AmaHubo 59:5 - IsiZulu 20205 Wena, Simakade Nkulunkulu Wamabandla, Nkulunkulu ka-Israyeli, vuka ujezise zonke izizwe, ungahawukeli namunye kwabahlubukileyo. Sela Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE5 Wena kambe, Jehova Nkulunkulu Sebawoti, Nkulunkulu ka-Israyeli, vuka uphindisele bonke abezizwe, ungahawukeli namunye kwabahlubukileyo. Sela* Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20245 Wena-ke, Jehova Nkulunkulu Sebawoti, Nkulunkulu ka-Israyeli, vuka uhambele zonke izizwe; ungabonisi umusa kunoma yiziphi izeqamthetho. Sela. Uka jalj uñjjattʼäta |
Bonke omengameli bombuso, ababusi, izikhulu, abomkhandlu, nezinduna babonisene ukuba kumiswe isimiso senkosi, kumenyezelwe isiyalezo esiqinileyo sokuthi yilowo nalowo ocela isicelo kunoma yimuphi unkulunkulu noma kumuntu ngezinsuku ezingama-30, ngaphandle kwakho nkosi, uyakuphonswa emphandwini wezingonyama.