AmaHubo 59:5 - Contemporary Zulu Bible 20245 Wena-ke, Jehova Nkulunkulu Sebawoti, Nkulunkulu ka-Israyeli, vuka uhambele zonke izizwe; ungabonisi umusa kunoma yiziphi izeqamthetho. Sela. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE5 Wena kambe, Jehova Nkulunkulu Sebawoti, Nkulunkulu ka-Israyeli, vuka uphindisele bonke abezizwe, ungahawukeli namunye kwabahlubukileyo. Sela* Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20205 Wena, Simakade Nkulunkulu Wamabandla, Nkulunkulu ka-Israyeli, vuka ujezise zonke izizwe, ungahawukeli namunye kwabahlubukileyo. Sela Uka jalj uñjjattʼäta |
Bonke abongameli bombuso, nababusi, nezikhulu, nabeluleki, nababusi, bacebisana ukuba kumiswe isimiso sobukhosi, benze isinqumo esiqinile, sokuthi yilowo nalowo ocela isicelo kunoma yimuphi uNkulunkulu noma acele izinsuku ezingamashumi amathathu, ngaphandle kwakho, nkosi, iyophonswa emphandwini wezingonyama.