Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 20:8 - IsiZulu 2020

8 Bayowa bashaye ngamadolo phansi, kepha thina siyovuka, sime.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Bayathoba, bawe; kepha thina siyavuka, sime.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Awela phansi, kodwa thina sasukuma sama saqonda.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 20:8
17 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngesandla sezithunywa zakho, uyijivazile iNkosi, wathi: “Ngobuningi bezinqola zami, ngikhuphukele phezulu ezintabeni, phakathi kweLebhanoni, ngigawula imisedari yalo emide, nemisayiphuresi yalo ekhethekileyo, ngingene endaweni yalo esekugcineni nasehlathini lalo eliminyeneyo.


U-Asa waphuma ukuba abhekane naye, wawahlela amabutho akhe esigodini eZefatha, ngaseMaresha.


U-Asa wakhala kuSimakade uNkulunkulu wakhe, wathi: “Simakade, akekho ngaphandle kwakho ongasiza nongenamandla phakathi kwabaningi. Sisize, Simakade Nkulunkulu wethu, ngokuba sethembele kuwe, siphumile egameni lakho ukuzobhekana nalolu quqaba. Simakade, Wena unguNkulunkulu wethu, mawungahlulwa muntu.”


Nganginamahloni ukucela enkosini iviyo lamabutho, nagibele amahhashi, ukuze asivikele ezitheni endleleni, njengokuba sasiyitshelile inkosi ukuthi: “Isandla sikaNkulunkulu wethu siyabavikela abamfunayo, kodwa amandla akhe nentukuthelo yakhe kumelana nabo bonke abamhlubukayo.”


Usizo lwethu lusegameni likaSimakade owenzile izulu nomhlaba.


Abamethembayo uSimakade bafana nentaba iZiyoni engenakunyakaziswa, kepha emi phakade.


Inkosi ayisindiswa wubuningi bempi yayo; iqhawe alikhululwa ngamandla alo amakhulu.


Ihhashi lempi liyize ekunqobeni, alisindisi ngamandla alo amakhulu.


Ihhashi lilungiselwa usuku lokulwa, kepha ukunqoba kungokukaSimakade.


Ngiyakwelapha ukuhlubuka kwabo, ngibathande ngokukhululeka, ngokuba intukuthelo yami isukile kubo.


Sitha sami, ungasini ngethambo lami; ngokuba uma ngiwile, ngiyakuvuka; lapho ngihlezi ebumnyameni, uSimakade uyakuba ngukukhanya kwami.


Aphuma wonke namabutho awo, impikazi eyayingangesihlabathi solwandle, inamahhashi amaningi kakhulu, nezinqola zempi.


“Simakade, sengathi zingabhubha zonke izitha zakho! Kodwa abakuthandayo mabafane nelanga liphuma ngamandla alo.” Izwe lalinokuthula iminyaka engama-40.


UDavide wayesethi kumFilisti: “Wena uza kimi nenkemba, umkhonto nengcula, kodwa mina ngiza kuwe ngegama likaSimakade Wamabandla, uNkulunkulu wempi ka-Israyeli oyeyisileyo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka