AmaHubo 135:14 - IsiZulu 202014 Ngokuba uSimakade uyokwehlulela abantu bakhe, azihawukele izinceku zakhe. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE14 Ngokuba uJehova uyakwahlulela abantu bakhe, ahawukele izinceku zakhe. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202414 Ngoba uJehova uyakwahlulela abantu bakhe, futhi uyozisola ngezinceku zakhe. Uka jalj uñjjattʼäta |
Wase ekhuleka kuSimakade, wathi: “Simakade, angikushongo yini lokhu kwasekuqaleni ngesikhathi ngisesezweni lakithi na? Yingakho ngashesha ngabalekela eTharishishi, ngoba ngangazi kahle ukuthi Wena unguNkulunkulu onomusa, owephuza ukuthukuthela, unobubele obukhulu, uyayithambisa inhliziyo yakho ungabe usakwenza okubi obukuhlosile.