Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 135:13 - IsiZulu 2020

13 Simakade, igama lakho limi ingunaphakade. Simakade, ukhunjulwa yizizukulwane ngezizukulwane.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Jehova, igama lakho limi phakade; isikhumbuzo sakho, Jehova, sisezizukulwaneni ngezizukulwane.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Igama lakho, Jehova, limi kuze kube phakade; nesikhumbuzo sakho, Jehova, ezizukulwaneni ngezizukulwane.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 135:13
12 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wena Simakade uyohlala kuze kube phakade, nesikhumbuzo sakho, izizukulwane ngezizukulwane.


Uzovuka, uhawukele iZiyoni, ngokuba sekuyisikhathi somusa wakho kulo, isikhathi esinqunyiweyo sesifikile.


ukuze igama likaSimakade lishunyayelwe eZiyoni, nodumo lwakhe, eJerusalema,


Igama layo malime kuze kube phakade, udumo lwayo luphakame njengelanga. Zonke izizwe mazidunyiswe ngayo, bonke abezizwe mabathi ibusisiwe.


Simakade, Nkulunkulu wethu, yeka ukubabazeka kwegama lakho emhlabeni wonke! Wena obeke inkazimulo yakho phezu kwamazulu.


Simakade, Nkulunkulu wethu igama lakho libabazeka kangaka emhlabeni wonke!


Ngizohlabelela ngomusa kaSimakade kuze kube phakade, ngomlomo wami, ngazise izizukulwane ngezizukulwane ukwethembeka kwakho.


UNkulunkulu wabuye wathi kuMose: “Uyakusho kubantu bakwa-Israyeli uthi: ‘USimakade uNkulunkulu woyihlo, uNkulunkulu ka-Abhrahama, uNkulunkulu ka-Isaka, noNkulunkulu kaJakobe ungithumile kini.’ Leli yigama lami kuze kube phakade, engiyakukhunjulwa ngalo ezizukulwaneni ngezizukulwane.


uSimakade uNkulunkulu Wamabandla, uSimakade akhunjulwa ngalo.


ungasingenisi ekulingweni, kodwa usikhulule kokubi; ngokuba umbuso ungowakho, namandla, nenkazimulo, kuze kube phakade. Amen.’


Ngakho-ke anokhuleka kanje: “ ‘Baba wethu osezulwini, malingcweliswe igama lakho;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka