AbAhluleli 6:27 - IsiZulu 202027 UGideyoni wathatha izinceku zakhe ezilishumi, wenza njengalokhu uSimakade emtshelile, kodwa ngenxa yokuba wayesaba abomndeni wakubo nabantu bomuzi, kakwenzanga lokhu emini, kodwa ebusuku. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE27 UGideyoni wayesethatha amadoda ayishumi ezincekwini zakhe, wenza njengalokho uJehova ekhulumile kuye; kwathi lokhu ebesaba abendlu kayise nabantu bomuzi ukuba angakwenzi emini, wakwenza ebusuku. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202427 UGideyoni wayesethatha amadoda ayishumi ezincekwini zakhe, wenza njengokusho kukaJehova kuye; futhi ngenxa yokuthi wayesaba indlu kayise namadoda omuzi, kangangokuthi wayengenakukwenza emini, wakwenza ebusuku. Uka jalj uñjjattʼäta |