Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




AbAhluleli 6:28 - IsiZulu 2020

28 Lapho bevuka ngakusasa ekuseni abantu bomuzi, i-althare likaBhali libhidliziwe, nensika engcwele eseduze kwalo igawuliwe, nenkunzi yesibili inikelwe phezu kwe-althare elalakhiwe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 Lapho abantu bomuzi bevuka ekuseni kakhulu, bheka, i-altare likaBali lase libhidliziwe, no-Ashera* owayengakulo wayegawuliwe, nenkunzi yesibili yayinikelwe phezu kwe-altare elalakhiwe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

28 Lapho amadoda omuzi evuka ekuseni kakhulu, bheka, i-altare likaBhali laligumbuqelwe, nesihlahla esasiseduze kwalo sigawuliwe, nenkunzi yesibili inikelwa phezu kwe-altare elalakhiwe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AbAhluleli 6:28
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wasusa izindawo eziphakemeyo, wadiliza izinsika, wanquma o-Ashera, wachitha inyoka yethusi eyayenziwe nguMose, ngokuba abakwa-Israyeli, kuze kube yileso sikhathi, babesashisa impepho kuyo; yayisibizwa ngokuthi nguNehushithani.


UGideyoni wathatha izinceku zakhe ezilishumi, wenza njengalokhu uSimakade emtshelile, kodwa ngenxa yokuba wayesaba abomndeni wakubo nabantu bomuzi, kakwenzanga lokhu emini, kodwa ebusuku.


Babuzana bodwa, bathi: “Ngubani owenze lokhu, na?” Emveni kokufuna bebuzisisa, batshelwa ukuthi: “NguGideyoni, indodana kaJowashi, owenze lokhu.”


USamuweli wathatha iwundlu elisancelayo, wanikela ngalo laba ngumnikelo wokushiswa wonke kuSimakade; uSamuweli wamkhulekela u-Israyeli kuSimakade, uSimakade wamphendula.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka