AbAhluleli 14:4 - IsiZulu 20204 Uyise nonina babengazi ukuthi lokhu kuvela kuSimakade, ngokuba wayefuna ithuba lokuthi alwe namaFilisti. Ngaleso sikhathi amaFilisti ayebusa phezu kuka-Israyeli. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE4 Kepha uyise nonina babengazi ukuthi lokho kwavela kuJehova, ngokuba wayefuna ithuba lokulwa namaFilisti. Ngaleso sikhathi amaFilisti ayebusa phezu kuka-Israyeli. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20244 Kodwa uyise nonina babengazi ukuthi kwakuvela kuJehova ukuthi wayefuna ithuba lokumelana namaFilisti, ngoba ngaleso sikhathi amaFilisti ayebusa phezu kuka-Israyeli. Uka jalj uñjjattʼäta |