AbAhluleli 14:3 - IsiZulu 20203 Abazali bakhe bathi kuye: “Akukho ntombi yini phakathi kwezihlobo zakho noma phakathi kwabantu bakithi bonke, ukuba usungahamba uyothatha umfazi kumaFilisti angasokile, na?” Kodwa uSamsoni wathi kuyise: “Ngithathele yena, ngoba ngiyamthanda.” Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE3 Uyise nonina base bethi kuye: “Akakho yini owesifazane phakathi kwamadodakazi abafowenu noma phakathi kwabo bonke abantu bami, ukuze uye kuthatha umfazi kumaFilisti angasokile, na?” USamsoni wathi kuyise: “Ngithathele yena, ngokuba uyathandeka kimi.” Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20243 Uyise nonina bathi kuye: “Akakho yini owesifazane phakathi kwamadodakazi abafowenu naphakathi kwabantu bonke bami ukuba uthathe umfazi kumaFilisti angasokile na? USamsoni wathi kuyise: “Ngithathele yona; ngoba uyangijabulisa. Uka jalj uñjjattʼäta |