Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




2 Samuweli 9:11 - IsiZulu 2020

11 UZiba wathi enkosini: “Ngizokwenza njengakho konke inkosi yami, inkosi, eyale ngakho inceku yayo.” UMefibhoshethi uyakudla etafuleni lenkosi njengenye yamadodana enkosi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 USiba wathi enkosini: “Njengakho konke inkosi yami, inkosi, eyale ngakho inceku yayo, iyakwenze njalo inceku yakho.” UMefibosheti uyakudla etafuleni lenkosi njengenye yamadodana enkosi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

11 USiba wasesithi enkosini: Njengalokhu inkosi yami, inkosi, yalaya inceku yayo, inceku yakho izakwenza njalo. Ngokuqondene noMefibosheti, kusho inkosi, uzodla etafuleni lami njengenye yamadodana enkosi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




2 Samuweli 9:11
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Izinceku zenkosi zathi enkosini: “Noma yini eyikhethayo inkosi yethu, inkosi, izinceku zakho zimi ngomumo ukuyenza.”


Weza nabantu abayinkulungwane bakwaBhenjamini, uZiba, inceku yendlu kaSawule, amadodana akhe ali-15, nezinceku zakhe ezingama-20, bashesha bafika eJordani phambi kwenkosi.


UMefibhoshethi indodana kaSawule, wehla naye wayohlangabeza inkosi; wayengazigezanga izinyawo zakhe, engasigundile isilevu sakhe, noma ahlanze izingubo zakhe, kusukela ngosuku inkosi eyahamba ngalo kwaze kwaba lusuku eyabuya ngalo ngokuthula.


Wathi: “Nkosi yami, nkosi, inceku yami yangikhohlisa, ngokuba inceku yakho yathi kuyo: ‘Ngibophelele imbongolo, ukuze ngiyigibele, ngihambe nenkosi, ngokuba ngilunyonga.’


Uyakumlimela umhlabathi, wena namadodana akho nezinceku zakho, uvune ukuze indodana yenkosi yakho ibe nokudla, kodwa uMefibhoshethi, indodana yenkosi yakho, uyakudla njalo etafuleni lami.” UZiba wayenamadodana ali-15 nezinceku ezingama-20.


UMefibhoshethi wayenendodana encane, igama layo kunguMikha. Bonke ababehlala endlini kaZiba babeyizinceku zikaMefibhoshethi.


UMefibhoshethi wayesehlala eJerusalema, edla njalo etafuleni lenkosi; wayenezinyawo ezikhubazekile.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka