2 Samuweli 9:11 - Contemporary Zulu Bible 202411 USiba wasesithi enkosini: Njengalokhu inkosi yami, inkosi, yalaya inceku yayo, inceku yakho izakwenza njalo. Ngokuqondene noMefibosheti, kusho inkosi, uzodla etafuleni lami njengenye yamadodana enkosi. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE11 USiba wathi enkosini: “Njengakho konke inkosi yami, inkosi, eyale ngakho inceku yayo, iyakwenze njalo inceku yakho.” UMefibosheti uyakudla etafuleni lenkosi njengenye yamadodana enkosi. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202011 UZiba wathi enkosini: “Ngizokwenza njengakho konke inkosi yami, inkosi, eyale ngakho inceku yayo.” UMefibhoshethi uyakudla etafuleni lenkosi njengenye yamadodana enkosi. Uka jalj uñjjattʼäta |
Ngakho wena namadodana akho nezinceku zakho kumelwe nimlimele insimu, futhi kumelwe nilethe izithelo, ukuze indodana yenkosi yenu ibe nokudla okudliwayo; kepha uMefibosheti, indodana yenkosi yakho, uyakudla njalo etafuleni lami. USiba wayenamadodana ayishumi nanhlanu nezinceku ezingamashumi amabili.