Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




2 Samuweli 7:29 - IsiZulu 2020

29 Manje-ke vuma ukubusisa indlu yenceku yakho ukuze ibe phambi kwakho kuze kube phakade, ngokuba Wena Nkosi Simakade, ukhulumile ngesibusiso sakho, iyakubusiswa indlu yenceku yakho, kuze kube phakade.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 ngalokho-ke mawuvume ukubusisa indlu yenceku yakho ukuba ibe sebusweni bakho kuze kube phakade, ngokuba wena Nkosi, Jehova, ukukhulumile; ngesibusiso sakho mayibusiswe indlu yenceku yakho kuze kube phakade.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

29 Manje kakube kukuhle kuwe ukubusisa indlu yenceku yakho ukuba ime phambi kwakho kuze kube phakade, ngokuba wena, Nkosi Jehova, ukukhulumile; indlu yenceku yakho mayibusiswe ngesibusiso sakho kuze kube phakade.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




2 Samuweli 7:29
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Uyenza insindiso ibe nkulu kakhulu enkosini; umenzele umusa uDavide, ogcotshiweyo wakho, nabozalo lwakhe, kuze kube phakade.”


Kwathi emveni kwalokho, uDavide wawashaya amaFilisti, wawanqoba, wadla ingxenye yenhlokomuzi yawo.


ake uvume ukubusisa indlu yenceku yakho, ukuba ibe phambi kwakho kuze kube phakade, ngokuba okubusisile Wena Simakade, kubusisekile kuze kube phakade.”


Bekani izindlebe, nizwe, nize kimi, uyophila umphefumulo wenu; ngiyokwenza nani isivumelwano esiphakade, izenzo zomusa oqinisekileyo zikaDavide.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka