Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




2 Samuweli 7:28 - IsiZulu 2020

28 Manje, Nkosi Simakade, Wena unguNkulunkulu, namazwi akho aliqiniso, ukhulumile encekwini yakho lokho okuhle.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 Manje, Nkosi Jehova, wena unguNkulunkulu, namazwi akho ayiqiniso, uthembisile inceku yakho lokhu okuhle;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

28 Manje, Nkosi Jehova, wena unguNkulunkulu, namazwi akho ayiqiniso, uthembisile lokhu okuhle encekwini yakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




2 Samuweli 7:28
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

USimakade wadlula phambi kwakhe, wamemezela wathi: “USimakade! USimakade! UNkulunkulu onesihe nomusa, ophuza ukuthukuthela, novame ubumnene nokwethembeka,


UNkulunkulu akasiye umuntu, ukuba angaqamba amanga, futhi akasiyo indodana yomuntu ukuthi angaguquka kwakushilo. Ushilo, kanakukwenza akushilo na? Ukhulumile, kanakukufeza akushilo na?


Bangcwelise ngeqiniso, izwi lakho liyiqiniso.


nasethembeni lokuphila okuphakade, uNkulunkulu ongawaqambi amanga akwethembisa zingakabi bikho izikhathi zaphakade,


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka