2 Samuweli 6:3 - IsiZulu 20203 Bawukhweza enqoleni entsha umphongolo kaNkulunkulu, bawususa endlini ka-Abhinadaba eyayiseGibheya. U-Uza no-Ahiyo, amadodana ka-Abhinadaba, yibona ababeshayela leyo nqola entsha. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE3 Bawuhambisa umphongolo kaNkulunkulu ngengqukumbane entsha, bewukhipha endlini ka-Abinadaba eyayisegqumeni; o-Uza no-Ahiyo amadodana ka-Abinadaba bashayela leyo ngqukumbane entsha. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20243 Bawubeka umphongolo kaNkulunkulu enqoleni entsha, bawukhipha endlini ka-Abinadaba eyayiseGibeya; u-Uza no-Ahiyo, amadodana ka-Abinadaba, bashayela inqola entsha. Uka jalj uñjjattʼäta |