2 Samuweli 6:2 - IsiZulu 20202 UDavide wasuka wahamba nabo bonke abantu ayenabo, besuka eBhali Juda, ukuyolinda umphongolo kaNkulunkulu obizwa ngeGama, igama likaSimakade Wamabandla ohlala phezu kwamakherubhi. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE2 UDavide wahamba nabo bonke abantu ababe naye, besuka eBali Juda ukwenyusa khona umphongolo kaNkulunkulu obizwa ngeGama, lona igama likaJehova Sebawoti ohlala phezu kwamakherubi.* Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20242 UDavide wazilungiselela, wahamba nabo bonke abantu ababe naye besuka eBali lakwaJuda ukuyokhuphula khona umphongolo kaNkulunkulu ogama lakhe liyigama likaJehova Sebawoti, ohlala phakathi kwamakherubi letha. Uka jalj uñjjattʼäta |