Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




2 Samuweli 5:4 - IsiZulu 2020

4 UDavide waqala ukubusa eseneminyaka engama-39; wabusa iminyaka engama-40.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 UDavide wayeneminyaka engamashumi amathathu ekuqaleni kwakhe ukubusa; wabusa iminyaka engamashumi amane.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

4 UDavide wayeneminyaka engamashumi amathathu ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa iminyaka engamashumi amane.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




2 Samuweli 5:4
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UJosefa wayeneminyaka engama-30 ngesikhathi eqala ukusebenzela uFaro inkosi yaseGibhithe. UJosefa waphuma phambi kukaFaro, wahamba kulo lonke iGibhithe.


Izinsuku uDavide abusa ngazo kwa-Israyeli zaziyiminyaka engama-40; iminyaka eyisikhombisa wabusa eHebhroni, kwathi engama-33 wabusa eJerusalema.


KumaHebhroni, nguJeriya owayeyinhloko yezizukulwane ngokwezindlu zoyise. Ngonyaka wama-40 wokubusa kukaDavide kwafunwa, kwatholakala phakathi kwabo amaqhawe anamandla eJazeri kwaGileyadi.


Wambusa u-Israyeli iminyaka engama-40; iminyaka eyisikhombisa wabusa eseHebhroni, engama-33 wayibusa eseJerusalema.


Wazalelwa ayisithupha eHebhroni; wabusa khona iminyaka eyisikhombisa nezinyanga eziyisithupha; eJerusalema wabusa iminyaka engama-33.


kusukela kwabaneminyaka engama-30 kuya phezulu, kuze kufike kwabaneminyaka engama-50, bonke abangena ukuzokwenza umsebenzi ethendeni lokuhlangana.


UJesu uqobo waqala umsebenzi wakhe eseneminyaka cishe engama-30 ubudala. Wayeyindodana, njengalokhu babesho, kaJosefa, ka-Heli,


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka