2 Samuweli 19:9 - IsiZulu 20209 Bonke abantu phakathi kwazo zonke izizwana zakwa-Israyeli babephikisana, bethi: “Inkosi yasisindisa esandleni sezitha zethu, yasikhulula esandleni samaFilisti, manje ibalekile ezweni, ibalekela u-Absalomu. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE9 Bonke abantu babephikisana ezizweni zonke zakwa-Israyeli, bethi: “Inkosi yasophula esandleni sezitha zethu, yasikhulula esandleni samaFilisti; manje isibalekile ezweni, imbalekele u-Abisalomu. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20249 Bonke abantu baba nokuxabana ezizweni zonke zakwa-Israyeli, bathi: “Inkosi yasophula esandleni sezitha zethu, yasophula esandleni samaFilisti; manje wabaleka u-Abisalomu ezweni. Uka jalj uñjjattʼäta |