2 Samuweli 1:14 - IsiZulu 202014 UDavide wathi kuyo: “Yini ekwenze ungesabi ukuphakamisa isandla sakho ubulale ogcotshiweyo kaSimakade na?” Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE14 UDavide wathi kuyo: “Yini ukuba ungesabanga ukwelula isandla sakho, ubhubhise ogcotshiweyo kaJehova, na?” Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202414 UDavide wayesethi kuye: “Awuzange wesabe kanjani ukwelula isandla sakho ukubhubhisa ogcotshiweyo weNkosi na? Uka jalj uñjjattʼäta |
Bhekani, ngilapha: fakazani ngami phambi kukaSimakade naphambi kogcotshiweyo wakhe, ukuthi ngake ngathatha inkabi kabani, noma imbongolo kabani, ngubani engimqolile, ngicindezele bani futhi ngemukele ukufunjathiswa okuvela esandleni sikabani ukuze amehlo ami avalwe yikho na? Lokho ngiyakukubuyisela kini.”