2 Samuweli 1:14 - Contemporary Zulu Bible 202414 UDavide wayesethi kuye: “Awuzange wesabe kanjani ukwelula isandla sakho ukubhubhisa ogcotshiweyo weNkosi na? Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE14 UDavide wathi kuyo: “Yini ukuba ungesabanga ukwelula isandla sakho, ubhubhise ogcotshiweyo kaJehova, na?” Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202014 UDavide wathi kuyo: “Yini ekwenze ungesabi ukuphakamisa isandla sakho ubulale ogcotshiweyo kaSimakade na?” Uka jalj uñjjattʼäta |
Bhekani, ngilapha; fakazani ngami phambi kukaJehova naphambi kogcotshiweyo wakhe ukuthi ngithathe izinkomo zikabani na? noma ngithathe imbongolo kabani? kumbe ngikhohlise bani? ngicindezele bani? Ngemukele esandleni sikabani isifumbathiso ukuba ngiphuphuthekise amehlo ami ngaso na? futhi ngizokubuyisela kuwe.