1 Samuweli 9:7 - IsiZulu 20207 USawule wayesethi encekwini yakhe: “Uma siya lapho, siyakumnikani lowo muntu na? Isinkwa siphelile emigodleni yethu, akusekho sipho esingasiyisa kulowo muntu kaNkulunkulu; sisenani na?” Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE7 Wayesethi uSawule kuyo inceku yakhe: “Kepha bheka, uma siya khona, siyakulethani kulowo muntu na? Ngokuba isinkwa siphelile ezitsheni zethu; akukho nto esingayiyisa kulowo muntu kaNkulunkulu; sinani, pho, na?” Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20247 USawuli wasesithi encekwini yakhe: Kodwa khangela, uba sihamba, sizalethani kulowomuntu? ngoba isinkwa sezitsheni zethu sesiphelile, njalo kakukho sipho esingasiletha kumuntu kaNkulunkulu yini esinayo. Uka jalj uñjjattʼäta |