1 Samuweli 9:5 - IsiZulu 20205 Kwathi lapho befika eZufi, uSawule wathi encekwini yakhe eyayihamba naye: “Woza, siphindele emuva, funa ubaba ayeke ukukhathazeka ngezimbongolo, bese ekhathazeka ngathi.” Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE5 Sebefikile ezweni laseSufi, uSawule wathi kuyo inceku yakhe eyayinaye: “Woza sibuye, funa ubaba aziyeke izimbongolo, enqene ngathi.” Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20245 Lapho sebefikile ezweni laseSufi, uSawule wathi encekwini yakhe eyayinaye: “Woza sibuyele emuva; ukuthi ubaba akayeki ukunakekela izimbongolo nokusicabangela. Uka jalj uñjjattʼäta |
Uma ususukile lapha kimi namuhla, uzohlangana nabantu ababili ngasethuneni likaRaheli, emngceleni wakwaBhenjamini eZeliza. Bayakuthi kuwe: ‘Izimbongolo owawuphume ukuyozifuna sezitholakele. Manje uyihlo akasakhathazekile ngezimbongolo, usekhathazeke ngani, uthi: “Ngiyakwenzenjani ngomntanami, na?” ’