Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




1 Samuweli 6:16 - IsiZulu 2020

16 Amakhosi amahlanu amaFilisti esekubonile lokho, abuyela e-Ekhroni ngalolo lusuku.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Amakhosi ayisihlanu amaFilisti esekubonile abuyela e-Ekroni ngalolo suku.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Lapho izikhulu ezinhlanu zamaFilisti zikubona lokho, zabuyela e-Ekroni ngalolo suku.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




1 Samuweli 6:16
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

kusuka eShihori elisempumalanga yeGibhithe kuya enyakatho emngceleni we-Ekhroni, elaziwa ngokuthi yiKhanani; kunababusi abayisihlanu bamaFilisti, abaseGaza, e-Ashidodi, e-Ashikeloni, e-Githi, nase-Ekhroni, nalabo base-Avimu ngasenyakatho,


Amakhosi amaFilisti akhuphukela kuye, athi: “Yenga uSamsoni, uthole ukuthi yini amandla akhe emakhulu kangaka, nokuthi singamehlula kanjani ukuze simbophe, simnqobe; siyakukunika ngamunye izinhlamvu zesiliva eziyi-1 100.”


Kwakuyilezi izizwe: amakhosi ayisihlanu amaFilisti, nawo wonke amaKhanani, amaSidoni, amaHivi ayehlala entabeni iLebhanoni, kusukela entabeni iBhali Hermoni kuze kube seHamathi.


Umphongolo kaNkulunkulu base bewuthuthela e-Ekhroni. Kwathi lapho ufika e-Ekhroni, abantu base-Ekhroni bakhala, bathi: “Balethe lapha lo mphongolo kaNkulunkulu ka-Israyeli ukuba asibulale thina nabantu bakithi.”


Izinkomazi zangena indlela, zabheka ngaseBhethi Shemeshi, zihamba endleleni, zihamba zibhonsa, aziphambukelanga ngakwesokunene noma ngakwesokhohlo. Amakhosi amaFilisti azilandela aze afika emngceleni eBhethi Shemeshi.


Athi: “Uyokuba yini umnikelo wecala esiyakuwubuyisela kanye nawo na?” Bathi: “Amathumba ayisihlanu egolide namagundane ayisihlanu egolide ngokwenani lamakhosi amaFilisti, ngokuba kuyisifo esisodwa esihlasele bonke, ngisho namakhosi enu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka