1 Samuweli 4:10 - IsiZulu 202010 AmaFilisti alwa, u-Israyeli wanqotshwa, wabaleka, kwaba yilowo nalowo waqonda ethendeni lakhe. Kwaba ngukwehlulwa okukhulu kakhulu, kwasala enkundleni abakwa-Israyeli abayizi-30 000 abayimigundatshani. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE10 AmaFilisti alwa, u-Israyeli wachithwa, babaleka, kwaba yilowo nalowo etendeni lakhe; kwaba khona ukuceka okukhulu, ngokuba kwawa ku-Israyeli abantu abayizinkulungwane ezingamashumi amathathu aba yimigundatshani. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202410 Alwa ke amaFilisti, wahlulwa u-Israyeli, babaleka, kwaba yilowo nalowo etendeni lakhe; futhi kwaba khona ukubulala okukhulu kakhulu; ngoba kwa-Israyeli kwawa amadoda ayizinkulungwane ezingamashumi amathathu ayimigundatshani. Uka jalj uñjjattʼäta |