1 Samuweli 10:2 - IsiZulu 20202 Uma ususukile lapha kimi namuhla, uzohlangana nabantu ababili ngasethuneni likaRaheli, emngceleni wakwaBhenjamini eZeliza. Bayakuthi kuwe: ‘Izimbongolo owawuphume ukuyozifuna sezitholakele. Manje uyihlo akasakhathazekile ngezimbongolo, usekhathazeke ngani, uthi: “Ngiyakwenzenjani ngomntanami, na?” ’ Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE2 Nxa usumukile kimi namuhla, uyakufumana abantu ababili ngasethuneni likaRaheli emkhawulweni wakwaBenjamini eSelisa; bayakuthi kuwe: ‘Izimbongolo owawuye ukuzifuna zitholiwe; bheka, uyihlo uyekile izimbongolo, uyenqena ngani, ethi: “Ngiyakwenze njani ngomntanami na?” ’ Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20242 Lapho nisuka kimi namuhla niyakufumana amadoda amabili ethuneni likaRaheli emngceleni wakwaBenjamini eSelsa; bayakuthi kuwe: Izimbongolo obuye ukuzifuna zitholiwe; bheka, uyihlo waziyeka izimbongolo, wadabuka ngawe, wathi: ‘Ngiyakwenze njani ngendodana yami na?’ Uka jalj uñjjattʼäta |