Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 24:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Walala, walala phansi njengengonyama nanjengengonyamakazi; ngubani ozamvusa? Ubusisiwe okubusisayo, uqalekisiwe okuqalekisayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Wabuthalala, walala phansi njengengonyama, nanjengengonyamakazi, ngubani oyakumvusa na? “Mababusiswe bonke abakubusisayo, baqalekiswe bonke abakuqalekisayo.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

9 Wacutha njengengonyama, walala phansi njengengonyamakazi, ngubani oyakumvusa na? “Mababusiswe bonke abakubusisayo, baqalekiswe bonke abakuqalekisayo.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 24:9
21 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngiyakubusisa okubusisayo, ngiqalekise okuqalekisayo; futhi ziyobusiswa ngawe zonke izizukulwane zomhlaba.


Abantu mabakukhonze, izizwe zikhothame phambi kwakho; phatha abafowenu, amadodana kanyoko akhothamele; uqalekisiwe okuqalekisayo, ubusisiwe okubusisayo.


UJuda uyingonyama; Wenyuka empangweni, ndodana yami; ngubani ozamvusa?


Kwakumi izingonyama eziyishumi nambili ngalapha nangalapha ezikhwelweni eziyisithupha; ayenziwanga into enjalo kunoma yimuphi umbuso.


Kwakukhona izinyathelo eziyisithupha zesihlalo sobukhosi, nesenabelo sezinyawo segolide, esasinamathele esihlalweni sobukhosi, nezisekelo ngapha nangapha kwesihlalo, kumi izingonyama ezimbili ngasezisekelo.


UHamani wamtshela uSeresi umkakhe nabo bonke abangane bakhe ngakho konke okumehleleyo. Izazi zakhe noSeresi umkakhe zathi kuye: “Uma uMoridegayi oqale ukuwa phambi kwakhe engowenzalo yabaJuda, awuyikumhlula, kepha uyakuwa nokuwa phambi kwakhe.


Akakho onesihluku esingaba nesibindi sokumvusa; pho, ngubani ongema phambi kwami?


Khulekelani ukuthula kweJerusalema: bazaphumelela abakuthandayo.


Yangeni iNdodana, ukuze ingathukutheli, nibhubhe endleleni, uma intukuthelo yayo ivuka kancane. Babusisiwe bonke abamethembayo.


Kodwa uba lilalela ilizwi lakhe, lenze konke engikutshoyo; khona ngiyakuba yisitha sezitha zakho, ngibe yisitha sabamelene nawe.


Ngoba itsho njalo kimi iN kosi, isithi: Njengesilwane lebhongo lesilwane elibhongela impango yayo, lapho abelusi bebizelwa phezu kwayo, kayiyikwesaba ilizwi labo, kayikuzithoba ngenxa yomsindo yabo hhayi. Kanjalo uJehova Sebawoti uyakwehla ukuba alwele intaba yaseSiyoni negquma layo.


Insali kaJakobe iyakuba phakathi kwezizwe phakathi kwezizwe eziningi njengengonyama phakathi kwezilwane zehlathi, njengebhongo lengonyama phakathi kwemihlambi yezimvu; izingcezu, futhi akekho ongaletha.


UNkulunkulu wasesithi kuBalami: Ungahambi lawo; Akumelwe uqalekise abantu, ngoba babusisiwe.


Woza-ke, ungiqalekisele laba bantu; ngokuba banamandla kunami; mhlawumbe ngizonqoba, ukuze sibahlule futhi sibaxoshe ezweni; ngokuba ngiyazi ukuthi ombusisayo ubusisiwe, nalowo omqalekisayo uqalekisiwe.


Bheka, abantu bayakuvuka njengengonyama enkulu, baziphakamise njengebhongo lengonyama;


Intukuthelo kaBalaki yamvuthela uBileyamu, washaya izandla zakhe; uBalaki wathi kuBileyamu: “Ngakubiza ukuba uqalekise izitha zami; bheka, usuzibusisile kathathu.


Inkosi iyakuphendula, ithi kubo: Ngiqinisile ngithi kini: Njengoba nikwenzile komunye walaba bafowethu abancane, nikwenzile nakimi.


Khona izabaphendula, ithi: Ngiqinisile ngithi kini: Njengoba lingakwenzanga komunye walaba abancinyane, kalikwenzanga kimi.


Wasesithi: Ungubani, Nkosi? INkosi yasisithi: Mina nginguJesu omzingelayo;


UJehova uNkulunkulu wakho uyakubeka zonke lezi ziqalekiso phezu kwezitha zakho naphezu kwabakuzondayo abanizingelayo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka