Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 24:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Intukuthelo kaBalaki yamvuthela uBileyamu, washaya izandla zakhe; uBalaki wathi kuBileyamu: “Ngakubiza ukuba uqalekise izitha zami; bheka, usuzibusisile kathathu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Ulaka lukaBalaki lwamvuthela uBileyamu, washaya izandla zakhe; uBalaki wathi kuBileyamu: “Ngakubiza ukuba uqalekise izitha zami; bheka, ubabusisile nokubabusisa kathathu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

10 UBhalaki wamthukuthelela kakhulu uBhileyamu, wahlanganisa izandla zakhe; wathi kuBhileyamu: “Ngikubize ukuba uzoqalekisa izitha zami, kunalokho, bheka uzibusisile kwaze kwakathathu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 24:10
15 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngokuba abahlangabezanga abantwana bakwa-Israyeli ngesinkwa nangamanzi, kepha babaqasha uBileyamu ukuba abaqalekise; kodwa uNkulunkulu wethu waphendula isiqalekiso saba yisibusiso.


Amadoda ayomshayelela izandla amshaye ikhwelo asuke endaweni yakhe.


Wena-ke, ndodana yomuntu, profetha, ushaye izandla zakho, inkemba iphindwe okwesithathu, inkemba yabanqotshiweyo; yinkemba yabakhulu abanqotshiweyo, abangena ezindaweni zabo zokucasha.


Nami ngizashaya izandla zami, ngiyeke ukuthukuthela; mina Jehova ngikukhulumile.


Ngakho-ke bheka, ngishaye isandla sami phezu kwenzuzo yakho embi oyenzile, naphezu kwegazi lakho eliphakathi kwakho.


Bheka, kuphume abantu eGibithe, bembese ubuso bomhlaba; woza, ungiqalekisele bona; mhlawumbe ngizokwazi ukubanqoba ngibaxoshe.


Ngokuba ngiyakukwenza ube nodumo olukhulu, ngikwenze konke ongitshela khona; woza, ungiqalekisele laba bantu.


Woza-ke, ungiqalekisele laba bantu; ngokuba banamandla kunami; mhlawumbe ngizonqoba, ukuze sibahlule futhi sibaxoshe ezweni; ngokuba ngiyazi ukuthi ombusisayo ubusisiwe, nalowo omqalekisayo uqalekisiwe.


UBalaki wayesethi kuBileyamu: “Wenzeni kimi na? Ngakuthatha ukuba uqalekise izitha zami, futhi bheka, wazibusisa ngokuphelele.


Ngakho-ke balekela endaweni yakho; Bengithi ngiyakukuphakamisela udumo olukhulu; kepha bhekani, uJehova ukugodlile udumo.


Walala, walala phansi njengengonyama nanjengengonyamakazi; ngubani ozamvusa? Ubusisiwe okubusisayo, uqalekisiwe okuqalekisayo.


Lokho kwenzeka kathathu, konke kwabuye kwenyuselwa ezulwini.


Awuyikufuna ukuthula kwabo nenhlanhla yabo zonke izinsuku zakho kuze kube phakade.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka