Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 22:30 - Contemporary Zulu Bible 2024

30 Imbongolo yathi kuBileyamu: “Angisiyo yini imbongolo yakho ohlezi phezu kwayo kusukela ngingowakho kuze kube namuhla na?” ngake ngakwenza lokho kuwe Wathi: Cha!

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Kepha imbongolo yathi kuBileyamu: “Angisiyo imbongolo yakho oyikhwele konke ukuhamba kwakho kuze kube manje na? Ngangivama ukwenza kanjalo kuwe na?” Wathi: “Qha.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

30 Imbongolo yathi kuBhileyamu: “Angisiyona yini imbongolo yakho ohlale uyigibela, nanamuhla osayigibele na? Ngivamile yini ukukwenza lokhu kuwe na?” UBhileyamu wathi: “Qha.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 22:30
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UBileyamu wayesethi embongolweni: “Ngokuba udlale ngami, sengathi ngabe nginenkemba esandleni sami, ngokuba manje sengifuna ukukubulala.


UJehova wavula amehlo kaBileyamu, wayibona ingelosi kaJehova imi endleleni iphethe inkemba yayo ehoshiweyo; wagebisa ikhanda, wawa ngobuso.


Kodwa wasolwa ngobubi bakhe: ubabhemi oyisimungulu wakhuluma ngelizwi lomuntu wenqabela ukuhlanya komprofethi.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka