UNumeri 15:20 - Contemporary Zulu Bible 202420 Kumelwe nilethe iqebelengwane lokuqala lenhlama yenu libe ngumnikelo wokuphakanyiswa; njengalokhu nenza umnikelo wokuphakanyiswa wesibuya, niyakuwuphakamisa kanjalo. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE20 Ngolibo lomgqakazo wenu niyakunikela ngeqebelengwane libe ngumnikelo wokuphakanyiswa; njengalokhu nenza umnikelo wokuphakanyiswa wesibuya, niyakuwenza kanjalo. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202020 Niyonikela ngeqebelengwane lenhlama yenu yokuqala libe ngumnikelo wokuphakanyiswa; njengalokhu nenza umnikelo wokuphakanyiswa wesibuya, niyowenza kanjalo. Uka jalj uñjjattʼäta |