Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 1:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Kuyakuba nawe indoda esizweni; yilowo nalowo inhloko yendlu yawoyise.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Kanye nani kuzakuba khona indoda ibe nye kuleso naleso sizwe, yileyo naleyo ibe yinhloko yendlu kayise.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

4 Kuleso naleso sizwana niqoke umuntu abe munye, abe yinhloko yendlu yokhokho bakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 1:4
19 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

USolomoni wabutha amalunga akwa-Israyeli, nazo zonke izinhloko zezizwe, izinhloko zezindlu zoyise zabantwana bakwa-Israyeli, babuthane enkosini uSolomoni eJerusalema ukuba bakhiphe umphongolo wesivumelwano sikaJehova emzini. KaDavide, eSiyoni.


Ngaphezu kwalokho, kumelwe ukhethe kubo bonke abantu amadoda afanelekayo amesabayo uNkulunkulu, amadoda eqiniso, azondayo ukuhaha; wabeka phezu kwabo izinduna zezinkulungwane, nezinduna zamakhulu, nezinduna zamashumi ayisihlanu, nezinduna zeshumi.


UMose wakhetha amadoda anamandla ku-Israyeli wonke, wawamisa aba izinhloko phezu kwabantu, izinduna zezinkulungwane, nezinduna zamakhulu, nezinduna zamashumi amahlanu nezinduna zeshumi.


Laba babeyizikhulu zebandla, izikhulu zezizwe zawoyise, izinhloko zezinkulungwane kwa-Israyeli.


Yilabo ababalwayo oMose, no-Aroni, nezikhulu zakwa-Israyeli, amadoda ayishumi nambili; kwaba yilowo nalowo eyendlu yawoyise.


Kumelwe ulobe igama lika-Aroni entongeni kaLevi, ngoba udondolo kumelwe lube lwenhloko yendlu yoyise.


Igama lomIsrayeli owabulawa, naye owabulawa kanye nowesifazane wakwaMidiyani, lalinguZimri indodana kaSalu, isikhulu sendlu kayise kwabakwaSimeyoni.


INkosi yasisithi kuMozisi: Thatha zonke izinhloko zabantu, uziphanyeke phambi kwe Nkosi elangeni, ukuze kubuye ulaka lwe Nkosi kaIsrayeli.


UMose wakhuluma ezinhloko zezizwe ngabantwana bakwa-Israyeli, wathi: “Nansi indaba uJehova ayale ngayo.


OMose no-Aroni nezikhulu zenhlangano babala amadodana amaKohati ngemindeni yawo nangezindlu zawoyise;


izikhulu zakwa-Israyeli, izinhloko zezindlu zawoyise, izikhulu zezizwe ezaziphezu kwababalwayo, zanikela ngomhlatshelo;


Ngase ngithatha izikhulu zezizwe zenu, amadoda ahlakaniphileyo nabadumileyo, ngabamisa baba yizinhloko phezu kwenu, izinduna zenkulungwane nezinduna zekhulu nezinduna zamashumi ayisihlanu nezinduna zeshumi nezinduna ezizweni zenu.


kanye naye izikhulu eziyishumi, isikhulu kuzo zonke izindlu zezikhulu, kube yisikhulu ezizweni zonke zakwa-Israyeli; bonke babeyizinhloko zezindlu zoyise phakathi kwezinkulungwane zakwa-Israyeli.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka