Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNehemiya 12:42 - Contemporary Zulu Bible 2024

42 noMahaseya, noShemiya, no-Eleyazare, no-Uzi, noJohanani, noMalikhiya, no-Elamu, no-Ezeri. Futhi abahlabeleli bahlabelela phezulu, kanye noJísraja, umnakekeli wabo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

42 noMahaseya, noShemaya, no-Eleyazare, no-Uzi, noJehohanani, noMalikhiya, no-Elamu, no-Ezeri. Abahlabeleli bahlabelela ngokuzwakalisayo, benoJizirahiya umbonisi wabo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

42 noMahaseya, uShemaya, u-Eleyazare, u-Uzi, uJehohanani, uMalikhiya, u-Elamu, no-Ezeri. Abahlabeleli bahlabelela bebhidiswa ngumphathi wabo, uJizirahiya.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNehemiya 12:42
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

indodana kaMikayeli, indodana kaBahaseya, indodana kaMalikiya,


noMahaseya, noBhiligayi, noShemaya; labo babengabapristi.


nabafowabo, amaqhawe anesibindi, ikhulu namashumi amabili nesishiyagalombili; umbonisi wabo kwakunguSabidiyeli indodana yezikhulu.


Abapristi; o-Eliyakimi, noMahaseya, noMiniyamini, noMigaya, no-Eliyohenayi, noZakariya, noHananiya, benamacilongo;


Basebesenza imihlatshelo emikhulu ngalolosuku, bathokoza, ngoba uNkulunkulu wabenza ngentokozo enkulu; abesifazane nabantwana bathokoza, kwaze kwazwakala ukuthokoza kweJerusalema kude.


Kumholi wokuhlabelela eGiti, ihubo lika-Asafa. Hlabelani inkazimulo kaNkulunkulu, amandla ethu, nithokoze, nidumise uNkulunkulu kaJakobe.


Thathani ihubo, nilethe isigubhu, isigubhu esimnandi ngehabhu.


Wozani sihlabelele inkazimulo kaJehova, sijabule kulo idwala lensindiso yethu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka