UMikha 5:7 - Contemporary Zulu Bible 20247 Insali kaJakobe iyakuba phakathi kwezizwe eziningi njengamazolo avela kuJehova, njengezihlambi etshanini, engalinde muntu, engalindeli abantwana babantu. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE7 Insali yakwaJakobe iyakuba phakathi kwabantu abaningi njengamazolo avela kuJehova, ngengezihlambi otshanini ezingahlaleli muntu, zingahlaleli abantwana babantu. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20207 Insali kaJakobe iyakuba phakathi kwezizwe eziningi njengamazolo avela kuSimakade, nanjengezihlambi otshanini ezingalindeli muntu, nezingahlaleli bantwana babantu. Uka jalj uñjjattʼäta |
Ngiyakwenza isibonakaliso phakathi kwabo, ngibathume abaphunyukileyo kubo ezizweni, eTharishishi, nasePhuli, naseLudi, abansala umnsalo, eThubali naseJavani, eziqhingini ezikude, ezingazange zibe khona. Wezwa amahemuhemu ami, akabonanga inkazimulo yami; bayakumemezela inkazimulo yami phakathi kwezizwe.