Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UMalaki 2:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Ngokuba uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli uyakuzonda ukusoka; ngokuba ngengubo yakhe umuntu usibekela ubudlova,” usho uJehova Sebawoti; qaphelani umoya wenu, ukuze ningenzi ngokungathembeki.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 “Ngokuba ngiyazonda ukwahlukana,” usho uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli, “nozisibekelayo ngobudlova njengesambatho,” usho uJehova Sebawoti. Ngalokho qaphelani umoya wenu ukuba ningakhohlisi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

16 “USimakade uNkulunkulu ka-Israyeli uthi: ‘Phela ngiyasizonda isehlukaniso, nozimbathisa ngobudlova bube yingubo yakhe,’ ” kusho uSimakade Wamabandla. Ngalokho-ke qaphelani emoyeni wenu ukuba ningakhohlisi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UMalaki 2:16
13 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngakho ukuziqhenya kubahaqa njengeketanga; ubudlwangudlwangu bubambozile njengengubo.


Ofihla izono zakhe kayikuphumelela; kepha oyivumayo ayishiye, uyakuba nomusa.


Futhi kungani wena, ndodana yami, uthakathwa ngowesifazane ongaziwa futhi ugone isifuba sowezizwe?


Ngokuba umbhede mfushane kunokuba umuntu angendlala kuwo, nesimbozo sincane kunokuba angazisonga kuso.


Usho kanje uJehova, uthi: “Iphi incwadi yesahlukaniso kanyoko, engamala na? Kumbe ngubani kwabakweletayo engithengise kuye? Bhekani, nathengiswa ngobubi benu, nangenxa yeziphambeko zenu unyoko walahlwa.


Izindwangu zabo aziyikuba yingubo, abayikuzimboza ngemisebenzi yabo; imisebenzi yabo iyimisebenzi yobubi, nomsebenzi wobudlova usezandleni zabo.


“Yilowo nalowo olahla umkakhe, aganwe ngomunye, uyaphinga;


Labashadile ngiyabayala, kungemina kodwa yiNkosi, ukuthi umfazi makangahlukani nendoda;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka