Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




ULevitikusi 7:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Bonke abesilisa phakathi kwabapristi bayakuwudla; kudliwe endlini engcwele; ingcwelengcwele.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Bonke abesilisa phakathi kwabapristi bayakuwudla, udliwe endaweni engcwele; ungcwelengcwele.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

6 Bonke abesilisa abangabaphristi bayowudlela endaweni engcwele. Ungcwelengcwele.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




ULevitikusi 7:6
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wathi kimi: “Amakamelo asenyakatho namakamelo aseningizimu aphambi kwendawo ehlukanisiweyo, lawa angamakamelo angcwele, lapho abapristi abasondela kuJehova bayakudla khona izinto ezingcwelengcwele; nomnikelo wempuphu, nomnikelo wesono, nomnikelo wecala; ngoba indawo ingcwele.


Okuseleyo komnikelo womlilo kuyakuba ngokuka-Aroni namadodana akhe; kuyingcwelengcwele yeminikelo yomlilo kaJehova.


Kumelwe adle isinkwa sikaNkulunkulu wakhe, esingcwelengcwele kanye nesabangcwele.


Kumelwe akhumule izingubo zakhe agqoke ezinye izingubo, akhiphele umlotha ngaphandle kwekamu endaweni ehlanzekile.


Bonke abesilisa phakathi kwabapristi bayakuwudla; ingcwelengcwele.


Umpristi kumelwe akuthungele ngomlilo e-altare njengomnikelo oya kuJehova oshiswa emlilweni; kungumnikelo wecala.


Uma umuntu ephethe inyama engcwele esiqeshini sengubo yakhe, athinte isinkwa noma okuphuzwayo noma iwayini noma amafutha nanoma iyiphi enye inyama, ingabe kufanele kube ngcwele? Abapristi baphendula bathi: Hatshi.


Bhekani u-Israyeli ngokwenyama; abadla imihlatshelo abahlanganyeli ne-altare na?


Anazi yini ukuthi abakhonza izinto ezingcwele badla okwethempeli na? nabakhonza e-altare bahlanganyela ne-altare na?


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka