Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




ULevitikusi 1:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 UJehova wambiza uMose, wakhuluma kuye etendeni lokuhlangana, wathi:

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 UJehova esetendeni lokuhlangana wambiza uMose, wakhuluma kuye, wathi:

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

1 USimakade wabiza uMose wakhuluma naye esethendeni lokuhlangana, wathi:

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




ULevitikusi 1:1
19 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wathulula umnikelo wakhe wokushiswa nomnikelo wakhe wempuphu, wathulula umnikelo wakhe wokuphuzwayo, wafafaza igazi leminikelo yakhe yokubonga e-altare.


Inani leminikelo yokushiswa elayiletha ibandla laliyizinkunzi ezingamashumi ayisithupha, nezinqama eziyikhulu, namawundlu angamakhulu amabili; konke lokhu kwakungumnikelo wokushiswa kuJehova.


UMose wakhuphukela kuNkulunkulu, uJehova wambiza esentabeni, wathi: “Uyakusho kanje kuyo indlu kaJakobe, usho kubantwana bakwa-Israyeli;


UJehova wayesethi kuMose: “Khuphukela kimi entabeni, ube khona, ngikunike izibhebhe zamatshe, nomthetho, nemiyalo engiyibhalile; ukuthi ungabafundisa.


Ngiyakuhlangana nawe lapho, ngikhulume nawe ngiphezu kwesihlalo somusa phakathi kwamakherubi amabili aphezu komphongolo wobufakazi ngakho konke engikuyala ngakho kubantwana bakwa-Israyeli.


Lokhu kuyakuba ngumnikelo oshiswa imihla yonke ezizukulwaneni zenu ngasemnyango wetende lokuhlangana phambi kukaJehova, lapho engiyakuhlangana khona nani khona ukukhuluma nani.


Kwathi uJehova ebona ukuthi uphendukile ukuthi abone, uNkulunkulu wambiza esesihlahleni somunga, wathi: “Mose, Mose! Wathi: “Ngilapha.”


UMose walithatha itabernakele, walimisa ngaphandle kwekamu, kude nekamu, walibiza ngokuthi itende lokuhlangana. Bonke ababeyifuna iNkosi baphuma, baya etendeni lokuhlangana elalingaphandle kwekamu.


Waqedwa-ke wonke umsebenzi wetende lokuhlangana; abantwana bakwa-Israyeli benza njengalokho uJehova emyalile uMose, benze njalo-ke.


Wabeka i-altare lomnikelo wokushiswa emnyango wetende lokuhlangana, wanikela phezu kwalo umnikelo wokushiswa nomnikelo wempuphu; njengalokho uJehova emyalile uMose.


uJehova ayala ngakho uMose entabeni yaseSinayi ngosuku eyala ngalo abantwana bakwa-Israyeli ukuba balethe iminikelo yabo kuJehova ehlane laseSinayi.


Wanikela ngomnikelo wokushiswa, wanikela ngawo njengokwesimiso.


INkosi yasikhuluma kuMozisi enkangala yeSinayi ethenteni lenhlangano, ngolokuqala lwenyanga yesibili, ngomnyaka wesibili emva kokuphuma kwabo elizweni leGibhithe, yathi:


ijongosi elilodwa ithole lenkomo, inqama eyodwa, iwundlu lemvu elimnyaka munye kube ngumnikelo wokutshiswa;


UMose esengena etendeni lokuhlangana ukuba akhulume naye, wezwa izwi lokhuluma kuye livela esihlalweni somusa esiphezu komphongolo wobufakazi phakathi kwamakherubi omabili; wakhuluma kuye.


Ngokuba umthetho wanikezwa ngoMose, umusa neqiniso kwavela ngoJesu Kristu.


Kumelwe wakhe i-altare likaJehova uNkulunkulu wakho ngamatshe aphelele, unikele phezu kwalo iminikelo yokushiswa kuJehova uNkulunkulu wakho.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka