Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJoshuwa 8:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Wabayala wathi: “Bhekani, nilele niqapha umuzi, yebo, emva komuzi; ningahambi kude kakhulu nomuzi, kepha wonke umuntu makalungele.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Wawayala ngokuthi: “Bhekani, niyakuwuqamekela umuzi, emva komuzi, ningayi kude kakhulu nomuzi, nihlale nilungele nonke.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

4 ewayalile, wathi: “Niyakugwaca ngemuva komuzi, ningayi kude nawo, kodwa nihlale nonke niqaphile.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJoshuwa 8:4
14 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Inkosi yasivuka ebusuku, yathi ezincekwini zayo: “Ake nginitshele lokho ama-Aramu akwenza kithi. Bayazi ukuthi silambile; ngalokho baphuma ekamu ukuze bacashe endle, bathi: “Uma bephuma emzini, siyakubamba bephila, singene emzini;


Kepha uJerobowamu wathuma abaqamekeli emva kwabo; bona babephambi kukaJuda, abaqamekeli babesemva kwabo.


Ukuhlakanipha kuqinisa ohlakaniphileyo kunamaqhawe ayishumi asemzini.


Ngase ngithi: “Ukuhlakanipha kungcono kunamandla; nokho ukuhlakanipha kompofu kuyadelelwa, namazwi akhe awezwakali.


Kodwa ungabayekeli, ngoba kubo bamqamekele amadoda angaphezu kwamatshumi amane, azibophe ngesifungo ukuthi kabayikudla lokunatha aze ambulale; kalokhu aselungile, akhangele. Ngesithembiso esivela kuwe.


Bonke abantu ababese-Ayi babizelwa ndawonye ukuba babaxoshe, bamxosha uJoshuwa, basuka emzini.


UJoshuwa nabo bonke abantu bempi bazilungiselela ukukhuphukela e-Ayi; uJoshuwa wakhetha amadoda anamandla ayizinkulungwane ezingamashumi amathathu, wawamukisa ebusuku.


U-Israyeli waqamekela iGibeya nxazonke.


Wonke amadoda akwa-Israyeli asuka endaweni yawo, azihlela eBali Tamari;


Abantwana bakwaBenjamini babona ukuthi banqotshiwe, ngokuba amadoda akwa-Israyeli ahlubuka kwabakwaBenjamini, ngokuba babethembele kwabaqamba amanga ababehlezi ngaseGibeya.


Abantu baseShekemi esiqongweni sezintaba bammisele amanga, baphanga bonke ababehamba ngendlela, kwabikwa ku-Abimeleki.


Vuka-ke ebusuku, wena nabantu abakanye nawe, ulale, ulinde endle;


Usho kanje uJehova Sebawoti, uthi: “Ngikhumbula lokho u-Amaleki akwenza ku-Israyeli, ukuthi wamlinda endleleni ekukhuphukeni kwakhe eGibithe.


USawule wafika emzini ka-Amaleki, walala phansi esigodini.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka