Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJoshuwa 4:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Abantwana bakwaRubeni nabantwana bakwaGadi nenxenye yesizwe sakwaManase badabula behlomile phambi kwabantwana bakwa-Israyeli, njengalokho uMose wakhuluma kubo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Abantwana bakwaRubeni, nabantwana bakwaGadi, nenxenye yesizwe sakwaManase bawela behlomile phambi kwabantwana bakwa-Israyeli, njengalokho uMose ebekhulumile kubo;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

12 Abozalo lukaRubeni nolukaGadi nengxenye yesizwana sakwaManase bawela umfula behlomile phambi kwabantu bakwa-Israyeli, njengalokhu uMose ayebayalile.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJoshuwa 4:12
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kodwa uNkulunkulu wabajikelezisa abantu endleleni eya ehlane loLwandle LwaseShelefu; abantwana bakwa-Israyeli bakhuphuka ezweni laseGibithe.


Kubantwana bakwaGadi ngemindeni yabo ngezizukulwane zabo nangezindlu zawoyise ngokwenani lamagama, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, bonke abangaphuma;


Kepha thina siyakuphuma sihlomile phambi kwabantwana bakwa-Israyeli size sibafikise endaweni yabo; nabantwana bethu abancane bayohlala emizini enezivikelo eziqinile ngenxa yabakhileyo ezweni.


Nganiyala ngaleso sikhathi, ngathi: ‘UJehova uNkulunkulu wenu uninikile leli zwe ukuba nilidle;


Wazilungisela ingxenye yokuqala, ngokuba wayehlezi khona engxenyeni yomniki-mthetho; weza nezinhloko zabantu, wenza ukulunga kukaJehova nezahlulelo zakhe ku-Israyeli.


Umkenu, nabantwana benu, nemfuyo yenu kuyakuhlala ezweni uMose aninika lona phesheya kweJordani; kodwa kufanele nidlule nihlomile phambi kwabafowenu, wonke amaqhawe anesibindi, futhi nibasize;


Kwathi sebehlambulukile bonke abantu, umphongolo kaJehova nabapristi badabula phambi kwabantu.


Kwadabula phambi kukaJehova kungathi izinkulungwane ezingamashumi amane ezihlomele ukulwa emathafeni aseJeriko.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka