Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJoshuwa 3:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Nokho kuyakuba khona isikhala phakathi kwakho naye, okungaba izingalo eziyizinkulungwane ezimbili ngesilinganiso; ningasondeli kuyo, ukuze nazi indlela eniyakuhamba ngayo;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Nokho kuyakuba khona ibanga phakathi kwenu nawo, lingangezingalo eziyizinkulungwane ezimbili ngokulinganisa, ningasondeli kuwo, ukuba nazi indlela eniyakuhamba ngayo, ngokuba anidlulanga ngale ndlela phambili.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

4 ukuze niyazi indlela enimele ukuhamba ngayo, ngokuba anikaze nidlule kule ndawo ngaphambilini, nokho kufanele kube nesikhala phakathi kwenu nawo, ibanga elingaba yizi-2 000 zamakhubhithi; ningasondeli neze eduze kwawo.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJoshuwa 3:4
12 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UJakobe wabona ubuso bukaLabani, bheka, babungenjengakuqala kuye.


Futhi nasendulo, lapho uSawule eseyinkosi, nguwe owawukhipha u-Israyeli futhi ungenisa;


Ngubani lo owesaba uJehova? uzamfundisa ngendlela azayikhetha.


UNkulunkulu uyesabeka kakhulu ebandleni labangcwele futhi uyadunyiswa yibo bonke abamzungezile.


Uzabeka imingcele nxazonke zabantu uthi: Ziqapheleni ukuthi aniyikukhuphuka intaba, ningathinti umkhawulo wayo;


Wathi: “Ungasondeli; khumula izicathulo zakho ezinyaweni zakho, ngokuba indawo omi kuyo ingumhlabathi ongcwele.


UMose wayesethi kuJehova: “Awu, Nkosi yami, angiyena umuntu okhulumayo, nangaphambili, nasemihleni yakho, kusukela lapho ukhuluma encekwini yakho; kodwa mina nginamazwi aphuzayo nolimi olunensayo.


Ngokuba iThofeti lamiswa kwasendulo; yebo, ilungiselelwe inkosi; wawenza wajula, waba mkhulu; inqwaba yakhe ingumlilo nezinkuni eziningi; umoya kaJehova njengomfula wesibabule uyawuthungela ngomlilo.


Usho kanje uJehova, uMhlengi wakho, oNgcwele ka-Israyeli; NginguJehova uNkulunkulu wakho okufundisa okuhle, okuholile ngendlela omelwe ukuhamba ngayo.


Bayala abantu, bathi: “Nxa nibona umphongolo wesivumelwano sikaJehova uNkulunkulu wenu nabapristi bamaLevi abawuthwalayo, nisuke endaweni yenu, niwulandele.


UJoshuwa wathi kubantu: “Zingcweliseni, ngokuba kusasa uJehova uyakwenza izimangaliso phakathi kwenu.”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka