UJoshuwa 24:7 - Contemporary Zulu Bible 20247 Lapho bembiza uJehova, wabeka ubumnyama phakathi kwenu nabaseGibhithe, waletha ulwandle phezu kwabo, wabasibekela; amehlo enu akubona engakwenzayo eGibithe, nahlala isikhathi eside ehlane. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE7 Lapho bekhala kuJehova, wabeka ubumnyama phakathi kwenu nabaseGibithe, waluhambisa ulwandle phezu kwabo, wabasibekela; amehlo enu abona engakwenzayo eGibithe; nahlala ehlane izinsuku eziningi. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20207 Lapho bekhala kuSimakade, waletha ubumnyama phakathi kwenu nabaseGibhithe. Wenza ulwandle ukuba lubuyele phezu kwabo lubagubuzele; nakubona engakwenza kwabaseGibhithe; emveni kwalokho nahlala ehlane izinsuku eziningi. Uka jalj uñjjattʼäta |
Ngokuba abantwana bakwa-Israyeli bahamba iminyaka engamashumi amane ehlane, aze abhubha onke amaqhawe aphuma eGibithe, ngokuba bengalilalelanga izwi likaJehova; uJehova afunga kubo ukuthi akayikuba nalutho. Sibabonise izwe uJehova alifungela okhokho babo ukusinika lona, izwe elichichima ubisi nezinyosi.