UJoshuwa 18:8 - Contemporary Zulu Bible 20248 Amadoda asuka ahamba; uJoshuwa wabayala ababeyobhala izwe, wathi: “Dabulani izwe, nililobe, nibuyele kimi, ukuze nginenzele inkatho lapha phambi kukaJehova eShilo. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE8 Amadoda ayesesuka, ahamba; uJoshuwa wayala abahambayo ukuba balobe izwe, wathi: “Sukani nihambe ezweni, nililobe, nibuyele kimi, nginenzele inkatho phambi kukaJehova eShilo.” Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20208 Amadoda eyesengena indlela; uJoshuwa wabayala labo ababezoloba bachaze ngezwe, wathi: “Hambani kulo lonke izwe nilobe nichaze ngomumo wezwe, bese nibuya nize kimi; ngizonenzela unkatho phambi kukaSimakade eShilo.” Uka jalj uñjjattʼäta |