Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJoshuwa 15:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Umkhawulo wasempumalanga wawuLwandle Lukasawoti, kuze kube sekugcineni kweJordani. Umkhawulo wabo ohlangothini olungasenyakatho wawusuka ethekwini lolwandle ekupheleni kweJordani;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Umkhawulo wasempumalanga wawuluLwandle Lukasawoti kuze kufike ekugcineni kweJordani. Umkhawulo wasohlangothini lwasenyakatho wasuka ethekwini lolwandle ngasekugcineni kweJordani;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

5 Umngcele wangasempumalanga wuLwandle Lukasawoti kuze kube semngceleni weJordani. Umngcele kusukela echwebeni elingasenyakatho kuze kube ngasekupheleni kolwandle, kusukela eJordani,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJoshuwa 15:5
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kumelwe nikhethe umngcele wenu wasempumalanga kusukela eHazarenani kuze kube seSefamu.


Umngcele kumelwe wehlele eJordani, uphumele oLwandle Lukasawoti: lokhu kuyakuba yizwe lenu nezwe lalo nxazonke.


Uhlangothi lwenu olungaseningizimu luyosukela ehlane laseSini ngasogwini lwakwa-Edomi, umkhawulo wenu ongaseningizimu ube ugu olungaphandle koLwandle Lukasawoti ngasempumalanga.


umkhawulo wenyuka waya eBeti Hogila, wadlula ngasenyakatho kweBeti Haraba; intambo ikhuphukele etsheni likaBohani indodana kaRubeni.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka