Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJoshuwa 13:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Kusukela eningizimu, lonke izwe lamaKhanani, neMehara eliseceleni kwamaSidoni, kuze kufike e-Afeki, kuze kube semkhawulweni wama-Amori;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 lonke izwe lamaKhanani ngaseningizimu neMehara elingelamaSidoni kuze kufike e-Afeki nasemkhawulweni wama-Amori,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

4 lonke izwe lamaKhanani, neMehara yamaSidoni kuye kufike e-Afekhi nasemngceleni wama-Amori,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJoshuwa 13:4
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kwasekusithi ekuthwaseni komnyaka, uBenihadadi wabala amaAramu, wenyukela eAfeki ukuyalwa loIsrayeli.


Kepha abanye babalekela e-Afeki emzini; kwawela ugange phezu kwamadoda ayizinkulungwane ezingamashumi amabili nesikhombisa. UBhenihadadi wabaleka, wangena emzini ekamelweni elingaphakathi.


uthi: Isho kanje iNkosi uJehova kulo iJerusalema; Ukuzalwa kwakho nozalo lwakho kuvela ezweni laseKhanani; uyihlo wayengumAmori, unyoko engumHeti.


Nganikhuphula ezweni laseGibithe, nganihambisa ehlane iminyaka engamashumi amane ukuba nidle ifa lezwe lama-Amori.


UJoshuwa walichitha lonke izwe lezintaba, nelaseningizimu, nelasesigodini, nelemithombo, nawo onke amakhosi alo;


namaKhanani ngasempumalanga nasentshonalanga, nama-Amori, namaHeti, namaPherizi, namaJebusi ezintabeni, namaHivi phansi kweHermoni, ezweni laseMispa.


inkosi yase-Afeki, eyodwa; inkosi kaLazaro, inye;


NeUma, ne-Afeki, neRehobe: imizi engamashumi amabili nambili nemizana yayo.


Ilizwi likaSamuweli lafika kuIsrayeli wonke. U-Israyeli waphuma ukulwa namaFilisti, wamisa e-Ebeni Ezeri; amaFilisti amisa e-Afeki.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka