Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJobe 18:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Izinyathelo zamandla akhe ziyocindezelwa, necebo lakhe liyomwisa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Izinyathelo zakhe ezinamandla ziyakufinyezwa; amasu akhe ayamlahla phansi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

7 Izinyathelo zaso ezinamandla ziyafinyezwa, namasu aso asiqumbe phansi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJobe 18:7
15 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kwasekubikelwa uDavida, kwathiwa: UAhithofeli uphakathi kwamagobe kaAbisalomu. UDavide wathi: “Jehova, guqula icebo lika-Ahithofeli libe ubuwula.


U-Abisalomu nawo onke amadoda akwa-Israyeli bathi: “Iseluleko sikaHushayi um-Arki singcono kuneseluleko sika-Ahithofeli. Ngokuba uJehova wanquma ukuchitha iseluleko esihle sika-Ahithofeli, ngenjongo yokuthi uJehova uzomehlisela okubi u-Abisalomu.


Inhliziyo yenkosi yase-Aramu yakhathazeka kakhulu ngale ndaba; wabiza izinceku zakhe, wathi kuzo: “Aniyikungibonisa yini ukuthi ubani kithi ongowenkosi yakwa-Israyeli na?


Umlomo wakho uyakulahla, akumina; yebo, izindebe zakho ziyafakaza ngawe.


Ekusutheni kokwanela kwakhe uyacindezeleka; zonke izandla zababi ziyakufika phezu kwakhe.


Kanjalo ubeyakunisusa ekubandezelekeni, akuyise endaweni ebanzi lapho kungekho khona usizi; okubekwe phezu kwetafula lakho kuyakugcwala amanoni.


Wavula izinyawo zami phansi kwami, ukuze izinyawo zami zingasheleli.


UJehova uyachitha icebo lezizwe; Uchitha amacebo abantu.


Ukulunga kopheleleyo kuyakuqondisa indlela yakhe, kodwa omubi uyakuwa ngobubi bakhe.


Esiphambekweni somubi kukhona ugibe, kepha abalungileyo bayathokoza, bajabule.


Lapho uhamba, izinyathelo zakho aziyikunyakaziswa; futhi uma ugijima, ngeke ukhubeke.


Liyakulethwa e-Asiriya libe yisipho eNkosini uJarebi; U-Efrayimi uyokwamukela ihlazo, futhi u-Israyeli uyoba namahloni ngecebo lakhe.


Ngokuba ukuhlakanipha kwaleli zwe kungubuwula kuNkulunkulu. Ngokuba kulotshiwe ukuthi: Ubamba abahlakaniphileyo ebuqilini babo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka