Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJeremiya 43:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Thatha esandleni sakho amatshe amakhulu, uwafihle odakeni kuhhavini wezitini osemnyango wendlu kaFaro eThagpanehesi phambi kwamehlo abantu bakwaJuda;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 “Thatha ngesandla sakho amatshe amakhulu, uwashiqele odakeni kuhonela ongasemnyango wendlu kaFaro eThahipanesi emehlweni abantu bakwaJuda,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

9 “Thatha amatshe amakhulu ngezandla zakho, uwambele onqenqemeni lobumba olusekungeneni kwesigodlo sikaFaro, eThahiphanesi. Lokho ukwenze abaJuda bekubuka,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJeremiya 43:9
18 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wakhipha amadoda ayekulo, wawafaka ngaphansi kwamasaha, nangaphansi kwezimbazo zensimbi, nangaphansi kwezimbazo zensimbi, wawadabulisa esithandweni samatshe; wenze njalo kuyo yonke imizi yabantwana bakwa-Amoni. UDavide nabo bonke abantu babuyela eJerusalema.


Bazenza zaba muncu ukuphila kwabo ngobugqila obulukhuni, ngokunameka, nangokufaka izitini, nangayo yonke imisebenzi yasensimini; yonke inkonzo yabo ababekhonza kuyo yayilukhuni.


uFaro, inkosi yaseGibithe, nezinceku zakhe, nezikhulu zakhe, nabantu bakhe bonke;


uthi kubo: ‘Usho kanje uJehova Sebawoti, uNkulunkulu ka-Israyeli; Bheka, ngiyakuthuma ngimthathe uNebukadinesari, inkosi yaseBabele, inceku yami, ngibeke isihlalo sakhe sobukhosi phezu kwalawa matshe engiwafihlile; futhi uyokwendlala itende lakhe lobukhosi phezu kwabo.


Izwi likaJehova lafika kuJeremiya eThagpanesi, lathi:


Usho kanje uJehova, uthi: ‘Bhekani, ngiyakunikela uFaro uHofira inkosi yaseGibithe esandleni sezitha zakhe nasesandleni sabafuna ukuphila kwakhe, njengalokho nganikela uSedekiya inkosi yakwaJuda esandleni sikaNebukadinesari, inkosi yaseBabele, isitha sakhe esasifuna ukuphila kwakhe.’ ”


Nawe, ndodana yomuntu, zithathele ithayela, ulibeke phansi phambi kwakho, uphonse umuzi, iJerusalema, phezu kwalo.


Ngakhuluma ngabaprofethi, ngandisa imibono, ngenza nemifanekiso ngenkonzo yabaprofethi.


Dala amanzi okuvinjezelwa, uqinise izinqaba zakho; ngena odakeni unyathele udaka, uqinise ihhonela lezitini.


Kwathi esefikile kithi, wathatha ibhande likaPawuli, wazibopha izandla lenyawo, wathi: Utsho njalo uMoya oNgcwele, ngokunjalo abaJuda eJerusalema bazabopha indoda ephethe lelibhanti, njalo bazamnikela ejele izandla zabezizwe.


Ingelosi enamandla yafukula itshe elinjengelokusila elikhulu, yaliphonsa olwandle, ithi: “Kanjalo iBabiloni umuzi omkhulu liyakuphonswa phansi ngamandla, lingabe lisafunyanwa.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka