Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJeremiya 39:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 UNebusaradani induna yabalindi wathuma, noNebusabhani, noRabisarisi, noNergali-Sareseri, uRabimagi, nazo zonke izikhulu zenkosi yaseBabele;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 UNebuzaradani induna yabalindi kanye noNebushazibani induna yezinceku, noNerigali Sareseri induna yabapristi, nezikhulu zonke zenkosi yaseBabele base bethumela,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

13 UNebuzaradani induna yabalindi, uNebushazibhani induna yezinceku, uNerigali Sarezeri induna yabaphristi, nezikhulu zonke zenkosi yaseBhabhele, bathumela,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJeremiya 39:13
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UJeremiya wahlala egcekeni letilongo kwaze kwaba usuku iJerusalema elathunjwa ngalo, futhi wayelapho lapho iJerusalema lithunjwa.


Mthathe, umbheke kahle, ungamenzi okubi; kodwa yenzani kuye njengokutsho kwakhe kini.


Bathumela bamthatha uJeremiya egcekeni letilongo bamnikela kuGedaliya indodana ka-Ahikamu kaShafani ukuba amlethe ekhaya; ngalokho wahamba wayohlala phakathi kwabantu.


Zangena zonke izikhulu zenkosi yaseBabele, zahlala esangweni eliphakathi, oNergali-Sarezeri, noSamgarinebo, noSarisegimi, noRabisarisi, noNergali-Sarezeri, iRabimagi, kanye nayo yonke insali yezikhulu zenkosi yaseBabele.


UNebuzaradani induna yabalindi wathumba insali yabantu ababesele emzini, nabaseleyo, wabayisa eBabele, nabanye abantu ababesele.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka