Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJeremiya 3:24 - Contemporary Zulu Bible 2024

24 Ngokuba ihlazo liwuqedile umshikashika wawobaba kwasebusheni bethu; izimvu zabo, nezinkomo zabo, namadodana abo namadodakazi abo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 UBosheti* uqedile umshikashika wawobaba kwasebusheni bethu, izimvu zabo, nezinkomo zabo, namadodana abo, namadodakazi abo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

24 Nento eyihlazo iwuqedile umshikashika wokhokho bethu, kwasebusheni bethu; izimvu nezimbuzi zabo, nezinkomo zabo; namadodana abo namadodakazi abo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJeremiya 3:24
12 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngoba onkulunkulu bakho, Juda, babenjengomumo wemizi yakho; futhi ngokwenani lezitaladi zaseJerusalema namisa ama-altare ehlazweni, ama-altare okushunqisa uBhali.


Ngakhuluma kuwe usenenhlanhla; kodwa wena wathi: Kangifuni ukuzwa. Lokhu kwakuyindlela yakho kwasebusheni bakho, ukuthi awuzange ulalele izwi lami.


Ngakho-ke, itsho njalo iNkosi, uNkulunkulu wamabandla, uNkulunkulu kaIsrayeli; Ngakho-ke yenzani lobu bubi obukhulu phezu kwemiphefumulo yenu, ukunquma owesilisa nowesifazane, umntwana nosane, kwaJuda, ukuze kungabikho muntu osalayo;


Ukukhala kwamahhashi akhe kwezwakala kwaDani; ngoba bafika balidla ilizwe lakho konke okwakukulo; umuzi nabakhileyo kuwo.


Mabasheshe basikhalele, ukuze amehlo ethu ehle izinyembezi, nezinkophe zethu zigeleze amanzi.


Ukudla kwami engakunika khona, impuphu ecolekileyo, namafutha, nezinyosi, engakondla ngakho, wakunika khona, kube yiphunga elimnandi; kwaba njalo, isho iNkosi uJehova.


Futhi wathatha amadodana akho namadodakazi akho owangizalela wona, wawanikela ukuba adliwe. Kuyinto encane yini ubufebe bakho,


Khona-ke uyozikhumbula izindlela zakho futhi ube namahloni, uma wamukela odadewenu, abadala bakho nabancane bakho; ngizakunika bona babe ngamadodakazi, kodwa kungeyisikho ngesivumelwano sakho.


Ukuze ucabange, ume unamahloni, ungabe usavula umlomo wakho ngenxa yehlazo lakho, uma ngibuyisana nawe ngakho konke okwenzileyo, isho iNkosi uJehova.


Liyakulethwa e-Asiriya libe yisipho eNkosini uJarebi; U-Efrayimi uyokwamukela ihlazo, futhi u-Israyeli uyoba namahloni ngecebo lakhe.


Ngokuba wayengazi ukuthi yimina engimnike amabele, newayini, namafutha, ngandisa isiliva negolide abakulungisela uBali.


Ngafumana u-Israyeli enjengezithelo zomvini ehlane; Ngabona oyihlo njengezithwathwa zokuqala emkhiwaneni ekuqaleni kwawo; kepha baya eBali Peyori, bazihlukanisela ihlazo; nezinengiso zabo zazinjengokuthanda kwabo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka